Iingaqeqeshelwa imisebenzi yokusizana namaphoyisa efanele.
ukwenza imisebenzi yokusekela emahhovisi emkhakheni kazwelonke, wesifundazwe , kwi-area, noma esiteshini, kanti ngeke yenza imisebenzi yobuphoyisa ngokugcwele ayigqoki iyunifomu lapho kufanele khona, ingaqeqeshwa emikhakheni yezomthetho, imigomo nemiyalelo esebenza emkhakheni ekuwo noma eqondene nomsebenzi awenzayo.
kumele ibe namakhono athize noma ulwazi lobuchwepheshe olungasetshenziswa ngabenkonzo yamaPhoyisa, isibonelo, ama-pilot, odokotela, abatshwizi emanzini , osonhlalonhle, noma ama-psychologist izokwenza imisebenzi ethize kumkhakha wolwazi lwakhe lobuchwepheshe angathi ngokuvunyelwa ngukhomanda wakhe, agqoke iyunifomu lapho kufanele khona, ingaqeqeshwa emikhakheni yezomthetho, imigomo nemiyalelo esebenza emkhakheni ekuwo noma eqondene nomsebenzi ewenzayo.
ukwenza imisebenzi yokusebenza kwamaphoyisa ehambelana nobuphoyisa emikhakheni yezobuphoyisa emadolobheni nasemakhaya emikhakheni ethize esiteshini, noma ukwenza kuphela imisebenzi echazwe kumkhakha wayo emkhakheni othize njengoba kubekwe ngukhomanda ingagqoka iyunifomu kuye ngokusetshenziswa kwayo kumele iqeqeshwe emkhakheni ofanele wobuphoyisa kanye/noma imisebenzi yobuphoyisa ehambelana nemisebenzi yakhe. Kungadingeka olunye uqeqesho uma yenza umsebenzi wobuphoyisa emikhakheni ehlukene yobuphoyisa.
Iphoyisa lerizevu liqokwa kumkhakha othize, kanti lingadluliselwa kunoma yimuphi omunye umkhakha ohambelana nalo, ngokuhambelana nazo zonke izidingo zomkhakha othize, nakhona yenze iqeqesho noma izimisele ukuthola uqeqesho odingekayo kulowo mkhakha.
kumele lenze uvivinyo noma uhlolo, olubekwa nguKhomishana kaZwelonke wamaPhoyisa okungenani abe nesitifikedi sebanga eliphezulu , noma esilingana naso, kanye nokunikeza ubufakazi balokhu akwazi ukukhuluma, ukubhala kanye nokufunda i-English , njengolunye lwezilimi ezigunyazwe wumthetho avume ukuthi kugxivizwe iminwe yakhe ukuze iyohlolwa nakhona angatholakali enecala noma engumuntu oshishiselwa icala azimisele ukuqeqeshwa azimisele ukuthatha isifungo sehhovisi angabi nawo ama-tattoo abonakalayo; kanti abe nelayisense yokushayela, noma-ke lokhu kungesona isidingo sokuqala sokuba yirizevu.
Nikeza ngekhophi yesitifikedi esiqinisekisiwe sikaMazisi wakho yakho.
ikhophi eqinisekisiwe yelayisense yakho yokushayela, uma unayo amakhophi aqinisekisiwe ezifundo zakho.
umuntu oseke wakhishwa emsebenzini ngenxa yokugula ngengqondo ilunga labophiko lwe-South Africa Police Service isicelo sakhe sokubuyela ebuphoyiseni esanqatshelwa umuntu okunoma yisiphi isikhundla kwiqembu lezopolitiki umuntu osebenza ngokugcwele kwezezindaba noma omele abezindaba umfundi isikhulu sezokuphepha ilunga lenkonzo yobuphoyisa koMasipala.
Uma utholakala ufanelekile, isicelo sakho sizovunyelwa ngu-Area Commissioner, nakhona uzofungiswa. Ngeke wavunyelwa ukwenza imisebenzi yobuphoyisa ngaphambi kokuba uphethe uqeqesho lwakho. Ngemuva kwalokho, uzonikezwa isitifikedi sokuqokwa ngokomthetho.
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
